Voice of Justice

Voice of Justice

2018/09/30

South African Gospel Music 2018 "Uthando LukaNkulunkulu Luzungeza Inhliziyo Yami"


South African Gospel Music 2018 "Uthando LukaNkulunkulu Luzungeza Inhliziyo Yami"

I
Ilanga lokulunga liphuma eMpumalanga.
O Nkulunkulu! Inkazimulo Yakho igcwalisa izulu nomhlaba.
Sithandwa sami esihle, uthando Lwakho luzungeza inhliziyo yami.
Labo abafuna iqiniso—bathanda uNkulunkulu, bonke.

2018/09/29

10. Kungani kungokubhekana kanye nokuthobela umsebenzi kaNkulunkulu esimweni somuntu ukuba umuntu azi uNkulunkulu?

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,Umthandazo

Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:

“Futhi uLizwi waba inyama, wahlala phakathi kwethu, (futhi sabona inkazimulo yakhe, inkazimulo njengeyozelwe yedwa kuYise,) egcwele umusa neqiniso” (Johane 1:14).

“Mina ngiyindlela, iqiniso nokuphila: akekho oza kuBaba, ngaphandle kwami” (Johane 14:6).

2018/09/28

9. Ingabe ukuba senyameni kukaNkulunkulu ukuze enze umsebenzi wokwahlulela kuletha kanjani isiphelo senkolo yesintu ngalo Nkulunkulu ongakacaci kahle kanye nenkathi yokumnyama yokubusa kukaSathane?

Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:

“Futhi kuyakuthi ngezinsuku zokugcina intaba yendlu yeNKOSI imiswe esiqongweni sezintaba, futhi iphakame ngaphezu kwamagquma; nezizwe zonke ziyakugobhozela khona. Futhi abantu abaningi bayakuhamba, futhi bathi, Wozani sikhuphukele entabeni yeNKOSI, endlini kaNkulunkulu kaJakobe; futhi uyakusifundisa izindlela zakhe, futhi sihambe emikhondweni yakhe: ngokuba umthetho uyakuvela eSiyoni, nezwi leNKOSI eJerusalema. Futhi uyakwahlulela phakathi kwezizwe, anqume phakathi kwabantu abaningi: futhi bayakukhanda izinkemba zabo zibe ngamakhuba, nemikhonto yabo ibe ngocelemba: isizwe asiyikuphakamisela isizwe inkemba, zingabe zisafunda ukulwa. Wena ndlu kaJakobe, woza, bese sihamba ekukhanyeni kweNKOSI” (Isaya 2:2-5).

2018/09/27

8. Kuqondwa kanjani ukuthi uKristu uyiqiniso, indlela nempilo?

Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:

“Ekuqaleni kwakukhona uLizwi, uLizwi wayenoNkulunkulu, futhi uLizwi wayenguNkulunkulu. Yena lowo ekuqaleni wayenoNkulunkulu” (Johane 1:1-2).

“Futhi uLizwi waba inyama, wahlala phakathi kwethu, ( futhi sabona inkazimulo yakhe, inkazimulo njengeyozelwe yedwa kuYise,) egcwele umusa neqiniso” (Johane 1:14).

2018/09/26

South African Gospel Music "Izenzo ZikaNkulunkulu Zigcwalisa Umkhathi Omkhulukazi Wezulu Nomhlaba"




South African Gospel Music "Izenzo ZikaNkulunkulu Zigcwalisa Umkhathi Omkhulukazi Wezulu Nomhlaba"

I
UNkulunkulu ubheka phansi abuke zonke izinto ephezulu, futhi ubusa phezu kwakho konke ephezulu.
Ngendlela efanayo, uthumele insindiso Yakhe emhlabeni.

2018/09/25

7. Kungani kuthiwa izimo ezimbili zikaNkulunkulu esenyameni ziphelelisa ukubaluleka kokuba sesimweni somuntu?

Isiphambano,Amazwi kaNkulunkulu

Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:

“Kanjalo noKristu wanikelwa kanye ukuba athwale izono zabaningi; futhi kulabo abamfunayo uyakubonakala ngokwesibili ngaphandle kwesono kube ngukusindiswa” (Heberu 9:28).
“Ekuqaleni kwakukhona uLizwi, uLizwi wayenoNkulunkulu, futhi uLizwi wayenguNkulunkulu” (Johane 1:1).

2018/09/24

6. Kungani kuthiwa isintu esikhohlakele sidinga kakhulu insindiso kaNkulunkulu abe yinyama?

Isiqephu Esikhethiweyo Sezwi LikaNkulunkulu

Isintu Esikhohlakele Siyidinga Kakhulu Insindiso KaNkulunkulu Obe Inyama

UNkulunkulu waba inyama ngenxa yokuthi ihloso yomsebenzi wakhe akuwona umoya kaSathane, noma into engaphili, kodwa umuntu, oyinyama owonakaliswe uSathane. Lokho kungenxa kanye yokuthi inyama yomuntu yonakalisiwe ukuthi uNkulunkulu wenze umuntu wenyama injongo yomsebenzi Wakhe; ngaphezu kwalokho, ngenxa yokuthi umuntu uyinjongo yenkohlakalo, wenze umuntu waba iyona kuphela injongo yomsebenzi Wakhe kuzo zonke izigaba zomsebenzi Wakhe wensindiso. Umuntu uyisidalwa esifayo, uyinyama negazi, futhi uNkulunkulu Nguye Yedwa ongasindisa umuntu.

2018/09/22

5. Yini umehluko obalulekile phakathi kukaNkulunkulu esimweni somuntu kanye nalabo bantu abasetshenziswa uNkulunkulu?


Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:

Mina impela nginibhapathiza ngamanzi kube ngukuphenduka. kepha lowo oza emva kwami unamandla kunami engingafanele ukuthwala izicathulo zakhe: yena uzonibhapathiza ngoMoya oNgcwele, nangomlilo” (Math 3:11).

2018/09/21

2018/09/18

South African Gospel Song "Igama LikaNkulunkulu Lizokhazinyuliswa Phakathi Kwabezizwe"




South African Gospel Song "Igama LikaNkulunkulu Lizokhazinyuliswa Phakathi Kwabezizwe"


I
Inhloso yokwahlulela kukaNkulunkulu ukukhuthaza ukulalela komuntu;
inhloso yokusola kukaNkulunkulu ukuvumela ukuguquka komuntu.
Nakuba umsebenzi kaNkulunkulu ungenxa yokuphatha Kwakhe,
akukho akwenzayo okungalungile kumuntu.

UMLANDO WOKUHLUSHWA NGENXA YENKOLO ECHINA: IHORA LOBUMNYAMA PHAMBI KOKUSA (Iziqeshana)




Selokhu lathatha izintambo Ezweni laseShayina ngo-1949, iqembu iChinese Communist Party alikaze liyeke ukuhlupha abantu abakholwayo.

2018/09/17

Zulu Gospel Dance "Dumisani Okufezwe Umsebenzi KaNkulunkulu" Indumiso Egcwele




Zulu Gospel Dance "Dumisani Okufezwe Umsebenzi KaNkulunkulu" Indumiso Egcwele


I
Umsebenzi kaNkulunkulu omkhulu ushintsha ngokushesha okukhulu, kunzima ukuwuqonda, uyabathonya abantu.
Bheka eduze kwakho, akusafani nasekuqaleni, yonke into yinhle futhi yintsha.
Yonke into ivuselelwe, konke kwenziwe kabusha, konke kwenziwe kwaba msulwa.

Ingoma Yothando Olumnandi

I
Ekujuleni kwenhliziyo yami, kukhona uthando lwaKho.
Lumnandi kakhulu, ngisondela Kuwe.
Ukunakekela Wena kwenza kube mnandi enhliziyweni yami;
ukukhonza Wena ngayo yonke ingqondo yami.
Uthando lwaKho luqondisa inhliziyo yami;
ngilandela izinyathelo zaKho zothando.

Christian Music - "Ukuthanda uNkulunkulu Ongokoqobo Ngazo Zonke Izinhliziyo Zethu" - Zulu A Cappella




Christian Music - "Ukuthanda uNkulunkulu Ongokoqobo Ngazo Zonke Izinhliziyo Zethu" - Zulu A Cappella

I
La … la la la … la la la….
La … la la la … la la la … la….
Ilanga lokulunga liphuma eMpumalanga.
O Nkulunkulu! Inkazimulo yaKho igcwalisa izulu nomhlaba.
Sithandwa sami esihle, uthando lwaKho luzungeza inhliziyo yami.

Umsebenzi kaNkulunkulu, Isimo SikaNkulunkulu, NoNkulunkulu Uqobo Lwakhe III

UNkulunkulu uSomandla,uthando lukankulunkulu


Lokhu kuhlanganyela okwahlukahlukene kube nomthelela kuwo wonke umuntu ngamunye. Njengamanje, abantu sebengakwazi ngempela ekugcineni ukuzwa ubukhona bukaNkulunkulu ngokweqiniso nokuthi empeleni uNkulunkulu usondelene kakhulu nabo. Nakuba abantu bekholwe kuNkulunkulu iminyaka eminingi, abakaze bayiqonde ngokwempela imicabango kanye nemiqondo Yakhe njengoba benza manje, noma bazizwe ngokweqiniso izenzo Zakhe ezibonakalayo njengoba kwenzeka manje.

2018/09/16

Gcwala Uthando lukaNkulunkulu- A Cappella- "Dumisani Ukuphila Okusha" (Ividiyo Yomculo Esemthethweni)




Gcwala Uthando lukaNkulunkulu- A Cappella- "Dumisani Ukuphila Okusha" (Ividiyo Yomculo Esemthethweni)

Haleluya! Sibonga futhi sidumisa Wena!
Haleluya! Sibonga futhi sidumisa Wena, Nkulunkulu Mninimandla onke!
I
UKristu wezinsuku zokugcina ubonakele, esebenza futhi ekhuluma phakathi kwabantu.
Izwi laKhe liyahlulela, lisole futhi lisicwengisise, lisiholele endleleni efanele yokuphila komuntu.

For Whom Man Should Live

I
Bekungacacile ukuthi abantu kumele baphilele bani.
Manje sengiyitholile impendulo.
Bengijwayele ukuziphilela mina,
ngifuna kuphela isithunzi nodumo.
Ukuthandaza kuNkulunkulu kugcwalise amazwi amahle,
kuyilapho ngibambelele endleleni yami yokuphila yangempela.

"Indaba kaXiaozhen" (2) - Belwela Igolide | Musical Drama




Ngenkathi uXiaozhen ethola iqhezu elikhulu legolide, wabiza abangani bakhe ukuthi beze bezohlephulelana lona. Angakucabanganga ukuthi uma nje abantu bebona igolide, ubuhle nobubi bemvelo yomuntu buvela obala …

11. Ukuzizwela Ukunakekelwa Ngokucophelela NguuNkulunkulu KoMuntu Esinda Kwinhlekelele

EMuling Kwidolobha iBeijing

Ncwaba 16, 2012

Mhla zingama-21 kuNtulikazi, 2012, iBeijing yabona imvula enkulu eminyakeni engamashumi ayisithupha. Kuleyo mvula enzima ngabona imisebenzi kaNkulunkulu futhi ngabona nokuthi umsindisa kanjani umuntu.

2018/09/15

God's Will Is Carried Out on Earth "Umbuso KaKristu Usufeziwe Phakathi Kwabantu" Christian Dance




God's Will Is Carried Out on Earth "Umbuso KaKristu Usufeziwe Phakathi Kwabantu" Christian Dance



I
UNkulunkulu uSomandla osesimweni somuntu
uvela ezinsukwini zokugcina eMpumalanga,
njengelanga nje elinokulunga liphuma;
isintu sesikubonile ukukhanya kweqiniso kuvela.
UNkulunkulu onokulunga futhi onobukhosi, onothando nomusa
ngokuzithoba uzifihle phakathi kwabantu,
ekhipha iqiniso, ekhuluma futhi esebenza.

Umsebenzi KaNkulunkulu, Isimo SikaNkulunkulu, NoNkulunkulu Uqobo Lwakhe II

UNkulunkulu uSomandla,ivangeli

Emhlanganweni wethu owedlule saxoxa ngesihloko esibaluleke kakhulu. Nisakhumbula ukuthi sasithini? Ake ngisiphinde. Isihloko esasixoxa ngaso ngokwedlule sasithi: Umsebenzi KaNkulunkulu, Isimo SikaNkulunkulu, NoNkulunkulu Uqobo Lwakhe. Ingabe lesi isihloko sibalulekile kini? Iyiphi ingxenye yaso ebaluleke kakhulu kini? Umsebenzi kaNkulunkulu, isimo sikaNkulunkulu, noma uNkulunkulu Uqobo Lwakhe? Yikuphi okukukhanga kakhulu? Iyiphi ingxenye enifuna ukuzwa ngayo kakhulu? Ngiyazi kunzima ngani ukuphendula lowo mbuzo, ngenxa yokuthi isimo sikaNkulunkulu singabonakala kuzo zonke izingxenye zomsebenzi Wakhe, futhi isimo Sakhe sihlale sembulwe emsebenzini Wakhe kuzo zonke izindawo, futhi empeleni simelela uNkulunkulu Uqobo Lwakhe; kukho konke ukuqondisa kukaNkulunkulu, umsebenzi kaNkulunkulu, isimo sikaNkulunkulu, noNkulunkulu Uqobo Lwakhe konke kuyizinto ezingenakuhlukaniswa.

Zulu Gospel Song "Khona Lapha, Khona Manje, Siyahlangana" | Live in the Love of God




Zulu Gospel Song "Khona Lapha, Khona Manje, Siyahlangana" | Live in the Love of God


I
Siyathandana, siwumndeni. Ah … ah …
Khona lapha, khona manje, siyahlangana; kuhlangana abantu abathanda uNkulunkulu.
Ngaphandle kokuchema, sinamathelene, injabulo nobumnandi kugcwalisa izinhliziyo zethu.

Loving God and Living For God "Impilo Yethu Ayilona Ize" (A Cappella) - Best Christian Music Video




Loving God and Living For God "Impilo Yethu Ayilona Ize" (A Cappella) - Best Christian Music Video


I
Impilo yethu ayilona ize. Impilo yethu ayilona ize.
Namuhla sihlangana noNkulunkulu, sizwe umsebenzi Wakhe.
Simazile uNkulunkulu esenyameni, engokoqobo engowempela.
Siwubonile umsebenzi wakhe, umkhulu futhi umangalisa.
Usuku nosuku empilweni yethu aluyilo ize.

2018/09/14

My Beloved, Please Wait for Me



I

Ngaphezu kwezihlahla, kweqe inyanga enokuthula.
Njengesithandwa sami, esilungile nesihle.
O sithandwa sami, uKuphi?
Manje ngiyakhala.
Uyakuzwa ukukhala kwami?
Nguwe onginika uthando.

Gospel Choir "Umbuso" Welcome the Return of God (Zulu Subtitles)




Gospel Choir "Umbuso" Welcome the Return of God (Zulu Subtitles)

I
Kulo mzuzu ongajwayelekile, kulesi sikhathi esijabulisayo,
ezulwini phezulu, naphansi, bonke bayahlabelela, becula izindumiso.
Kulokhu, ubani ongajabule? Kulokhu, ngubani ongenanhliziyo ethokozile?

Umsebenzi KaNkulunkulu, Isimo SikaNkulunkulu, NoNkulunkulu Uqobo Lwakhe I

ivangeli,Iyini Insindiso,kuyini ukukholwa

Namuhla sidlulisa isihloko esibalulekile. Lesi sihloko bekulokhu kukhulunywa ngawo kusukela ekuqaleni komsebenzi kaNkulunkulu kuze kube manje, futhi sibaluleke kakhulu kuwo wonke umuntu. Ngamanye amazwi, lena indaba wonke umuntu ayohlangana nayo kuso sonke isigaba sokukhonza kwakhe uNkulunkulu futhi indaba okumele kukhulunywe ngayo. Indaba ebucayi, futhi isintu esingeke sikwazi ukuyigwema.

12. Ngesikhathi Sesigameko Ngabona Ukuvikela KukaNkulunkulu

UYongxin, Idolobha IYibin,Isifundazwe ISichuan 

Sasingakaze sikholwe kuNkulunkulu ngaphambilini. Ngowezi-2005, siphakanyiswe wuNkulunkulu, umyeni wami, ubabezala, umalume, nami sonke samukela umsebenzi kaNkulunkulu wezinsuku zokugcina.

2018/09/13

"Indaba kaXiaozhen" (1) - Idwala, Iphepha, Izikelo | Musical Drama




Iqoqo lezingane ezithandekao neziphapheme zazizidlalela nje umdlalo ngenkathi zibuza umbuzo ngaphandle kokucabanga othi, “Isintu sivelaphi?” Uyayazi yini impendulo yalo mbuzo?

Ngilubonile Uthando LukaNkulunkulu


I
Ngizwa izwi elijwayelekile lilokhu lingibiza.
Ngaphaphama ukuze ngibone,
ukuthi ubani lo okhulumayo.
Izwi laKhe lipholile kodwa linohlonze,
isithombe saKhe sihle!

13. Imbubhiso Ngokuphazima Kweso

—IQingping Township esesiFundazweni saseSichuan yanyamalala kabili ngenxa yokudelela kwayo ivangeli likaNkulunkulu uSomandla lezinsuku zokugcina 

UJing Wei, wasesiFundazweni saseSichuan 

Ngesikhathi sokuzamazama okukhulu komhlaba okwenzeka mhla ziyi-12 kuMeyi, 2008, kwanyamalala idolobha lonke: Leyo kwakuyi-Qingping Township endaweni kamasipala waseMianzhu esiFundazweni sase-Sichuan. Ngenxa yokucinywa kolwazi uhulumeni, lena akuyona into eyaziwa abantu abaningi.

South African Gospel Song "Ukusola Nokwahlulela KukaNkulunkulu Kungukukhanya Kwensindiso Yomuntu"




South African Gospel Song "Ukusola Nokwahlulela KukaNkulunkulu Kungukukhanya Kwensindiso Yomuntu"


I
Ukuze uhlanzwe ekuphileni kwakho, ukuze uguqulwe isimo,
uphile impilo enenhloso, ufeze umsebenzi wakho njengesidalwa,
kufanele wamukele ukusola nokwahlulela kukaNkulunkulu,
akufanele uvumele ukuqondisa nokushaya kukaNkulunkulu ukuba kusuke kuwe, ukuze uzikhulule ekusetshenzisweni nguSathane,
Kufanele uvumele uNkulunkulu akushaye futhi abhekane nawe.

2018/09/12

South African Best Gospel Music "Kuyinjabulo Ukuba Umuntu Oqotho"




South African Best Gospel Music "Kuyinjabulo Ukuba Umuntu Oqotho"


I
Ukuqonda iqiniso kukhulula umoya womuntu kumenze ajabule.
Iqiniso lelo!
Ngigcwele ukuzethemba ezwini likaNkulunkulu futhi anginakho ukungabaza.
Singaba kanjani nokungabaza?

Best South African Gospel Dance "UNkulunkulu Ulethe Inkazimulo Yakhe Empumalanga" (Zulu)




Best South African Gospel Dance "UNkulunkulu Ulethe Inkazimulo Yakhe Empumalanga" (Zulu)

I
UNkulunkulu unike inkazimulo yakhe ku-Israyeli wase eyisusa,
eletha u-Israyeli nabantu bonke eMpumalanga.
UNkulunkulu usebaholele bonke ekukhanyeni
ukuze babumbane futhi bahlangane nokukhanya,
bengasadingi ukufuna ukukhanya.

South African Christian Song "UNkulunkulu Ufuna Labo Abomele Ukuvela Kwakhe"




South African Christian Song "UNkulunkulu Ufuna Labo Abomele Ukuvela Kwakhe"


I
UNkulunkulu ufuna labo abamlangazelelayo, abalangazelela ukuthi avele.
UNkulunkulu ufuna labo angamphikisi, abalalelayo njengabantwana phambi Kwakhe.

Indlela… (4)
























        Lapho abantu bekwazi ukubona ubuhle bukaNkulunkulu, ukufuna indlela yokuthanda uNkulunkulu ngalenkathi, futhi bazimisele ngokwamukela ukuqeqeshwa ngombuso wanamuhla—konke lokhu kuwumusa kaNkulunkulu futhi nangaphezulu, Nguye ophakamisa isintu. Noma kunini uma ngicabanga ngalokhu ngibuzwa kakhulu ubuhle bukaNkulunkulu. Kuwukuthi uNkulunkulu usithanda ngokweqiniso. Kungenjalo, ubani ongakwazi ukubona ubuhle Bakhe? Yilokhu kuphela okwenza Ngibone ukuthi wonke lo msebenzi wenziwe uNkulunkulu Uqobo, futhi abantu baholwa futhi baqondiswe uNkulunkulu.

2018/09/11

Song of Heartfelt Attachment



I

Uyena Yedwa, unguNkulunkulu enyameni.
Lokho akushoyo, lokho akwenzayo, konke kuyiqiniso.
Ukuhlakanipha kwaKhe, ukulunga kwaKhe, ngikuthanda konke.

3. Yini umehluko phakathi komsebeni kaNkulunkulu esenyameni kanye nomsebenzi kaMoya?




















Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:

“Wayesethi, Ngiyanicela, ngikhombise inkazimulo yakho. Wathi, … Awunakubona ubuso bami: ngokuba akukho muntu ongangibona, futhi aphile” (Eksodusi 33:18-20).

Faith, Hope, Love | Indaba kaXiaozhen | South African Choral Music




Faith, Hope, Love | Indaba kaXiaozhen | South African Choral Music

UXiaozhen wayehlanzekile, ewumKrestu onenhliziyo enhle, ehlale ephatha kahle abangani bakhe. Nokho, uma sekuyisikhathi sabo sokuzuza, abangani bakhe abadala baphenduka izitha zakhe.

South African Gospel Song "Zonke Izinto Ziphila Ngemigomo Nemithetho Ebekwe NguNkulunkulu"




South African Gospel Song "Zonke Izinto Ziphila Ngemigomo Nemithetho Ebekwe NguNkulunkulu"


I
Iminyaka eyizinkulungwane eziningi idlulile,
futhi isintu sisathokozela ukukhanya nomoya onikwe nguNkulunkulu,
sisaphefumula umphefumulo okhishwe nguNkulunkulu uqobo Lwakhe,
sisathokozela izimbali, izinyoni, izinhlanzi kanye nezinambuzane ezidalwe nguNkulunkulu,
futhi sithokozela zonke izinto ezinikezwe nguNkulunkulu;

2018/09/10

South African Gospel Song "UNkulunkulu Uyehla Nesahlulelo" Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu




South African Gospel Song "UNkulunkulu Uyehla Nesahlulelo" Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu


I
UNkulunkulu Uyehla Nesahlulelo
Esehlela esizweni sikadrako omkhulu obomvu.
UNkulunkulu uyaphenduka abheke umhlaba bese uqala uzamazama.

Umuntu Okhohlakele Akakwazi Ukumela UNkulunkulu

uthando lukankulunkulu,ivangeli,UMoya oNgcwele

Umuntu ubelokhu ephila ngaphansi kwendwangu yethonya lobumnyama, eboshiwe ethonyeni likaSathane kungekho ukuphunyuka. Futhi isimo somuntu, emuva kokuguqulwa uSathane, siya ngokuya sikhula ekukhohlakaleni. Umuntu angathi umuntu yilokhu aphila nesimo sakhe senkohlakalo yobusathane, engakwazi ukuthanda uNkulunkulu ngokweqiniso. Njengoba kunje, uma umuntu efisa ukuthanda uNkulunkulu, kumele asuswe ukuzibona engolungileyo, ukuzibona ebalulekile, ukuzidla, ubuqha, nokunye okunjalo, konke okungokwesimo sikaSathane. Ngaphandle kwalokho, uthando lomuntu luwuthando olungacolisisekile, futhi olungeke lugunyazwe uNkulunkulu.

Umlando Wokuhlushwa Ngenxa Yenkolo eChina: ICEBO LOKUFIHLA UBUFAKAZI




Selokhu lathatha izintambo Ezweni laseShayina ngo-1949, iqembu iChinese Communist Party alikaze liyeke ukuhlupha abantu abakholwayo.

Khona Lapha, Khona Manje, Siyahlangana


I
Siyathandana, siwumndeni. Ah … ah …
Khona lapha, khona manje, siyahlangana;
kuhlangana abantu abathanda uNkulunkulu.
Ngaphandle kokuchema, sinamathelene,
injabulo nobumnandi kugcwalisa izinhliziyo zethu.

2018/09/09

Best South African Gospel Song Praise Worship "UMdali Kuphela Onesihawu Ngalesi sintu"




Best South African Gospel Song Praise Worship "UMdali Kuphela Onesihawu Ngalesi sintu"


uMdali uphakathi kwabantu ngazo zonke izikhathi, uhlala exoxa nomuntu kanye nendalo iyonkana
futhi wenza izenzo ezintsha zonke izinsuku.
Ingqikithi nesimo Sakhe kuvezwa engxoxweni Yakhe nomuntu;

2. Yini ukuba uNkulunkulu esimweni somuntu? Yini Umongo kaNkulunkulu esimweni somuntu?
























Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:

“Futhi uLizwi waba yinyama, futhi wahlala phakathi kwethu, (futhi sabona inkazimulo Yakhe, inkazimulo enjengeyozelwe yedwa kuYise,) egcwele umusa neqiniso” (Johane 1:14).

Ezinyathelweni Zomsebenzi kaNkulunkulu






















  
        Ngaphandle, kubukeka sengathi izinyathelo zomsebenzi kaNkulunkulu kulesi sigaba seziphelile, nokuthi isintu sesisitholile kakade isahlulelo, ukusola, ukushaywa, nokucwengwa kwamazwi Akhe, futhi sesidlule ezinyathelweni ezifana nokulingwa kwabenzi benkonzo, ukucwengwa kwangezikhathi zokusola, ukulingwa ngokufa, ukulingwa ngokunqotshwa, kanye nezikhathi[a] zokuthanda uNkulunkulu.

Gospel Choir "UNkulunkulu Uyisiqalo futhi Uyisiphetho" UNkulunkulu Ufikile uNkulunkulu Ubusile




Gospel Choir "UNkulunkulu Uyisiqalo futhi Uyisiphetho" UNkulunkulu Ufikile uNkulunkulu Ubusile


UNkulunkulu uyiSiqalo,
UNkulunkulu uyiSiqalo,
UNkulunkulu uyiSiqalo,
neSiphetho,
neSiphetho,
neSiphetho,
UNkulunkulu Otshalayo,
UNkulunkulu Otshalayo,
UNkulunkulu Otshalayo,
Futhi Ungumvuni (Umvuni).

2018/09/08

South African Gospel "Uthando LukaNkulunkulu Lwenza Sisondelane" Iculo Lokuhlangenwe Nakho KomKristu




South African Gospel "Uthando LukaNkulunkulu Lwenza Sisondelane" Iculo Lokuhlangenwe Nakho KomKristu


Nakuba sihlukaniswe yizilwandle nezintaba ezingenakubalwa,
singabantu ababodwa, akunamingcele phakathi kwethu,
ngesikhumba esinemibala ehlukene futhi sikhuluma izilimi ezehlukene.

South African Zulu Song "UNkulunkulu Angazuza Isintu Kuphela Ngokusebenza Enyameni"




South African Zulu Song "UNkulunkulu Angazuza Isintu Kuphela Ngokusebenza Enyameni"

I
Ngezwi likaNkulunkulu elingokoqobo,
ubuthakathaka nokuhlubuka komuntu kuyahlulelwa futhi kwembulwe.
Bese umuntu ethola lokhu akudingayo.
Uyabona ukuthi uNkulunkulu usefikile kulo mhlaba wabantu.

Yimuphi Umqondo Okumele Abakholwayo Bawubambe

Ukholo,ukwazi intando kaNkulunkulu,Indlela,
   
        Ngabe yini le esiyamukelwe umuntu kusukela aqala ukukholwa kuNkulunkulu? Bewazini ngoNkulunkulu? Ngabe sewuguquke kangakanani njengoba sewukholwa kuNkulunkulu? Manje nonke seniyazi ukuthi ukukholwa komuntu kuNkulunkulu akwenzelwa ukusindiswa komphefumulo kuphela kanye nokunakekelwa kwenyama, noma ukuthi anothise impilo yakhe ngothando lukaNkulunkulu, njalo njalo.

Indlela… (3)




        Empilweni Yami uqobo, Ngihlala Ngizimisele ngokunikela uqobo lwami kuNkulunkulu ngokuphelele, ngomzimba nangomqondo. Ngale ndlela, akukho okusoleka kunembeza Wami futhi Ngingakwazi ukuthola ukuthula okuncane. Umuntu ophokophele phambili empilweni kumele aqale anikele ngenhliziyo yakhe kuNkulunkulu ngokugcwele.

2018/09/07

1.INkosi uJesu uqobo waphrofetha ukuthi uNkulunkulu uyoba sesimweni somuntu ngezikhathi zokugcina futhi uyovela njengeNdodana yomuntu ukuzokwenza umsebenzi























Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:

“Nani-ke manibe nilungile: ngokuba iNdodana yomuntu iyeza ngehora eningalicabangiyo” (Luka 12:40).

Umthelela ongenziwa ukwahlulela kukaNkulunkulu



I
Umsebenzi kaNkulunkulu ekwahluleleni awuwona,
amagama amabili namathathu, ukucacisa indalo yomuntu,
kodw’uyembula, ukusebenza ngaye kancane kancane.

South African Gospel Music "Umphumela Ofezeka Ngokumazi uNkulunkulu" You Are My Lord and My God




Umphumela Ofezeka Ngokumazi uNkulunkulu

Kube olunye usuku,
lapho uyozwa khona ukuthi uMdali
akaseyona impicabadala,
ukuthi uMdali akakaze afihleke kuwe,
ukuthi uMdali
akakaze abufihle ubuso Bakhe kuwe,
ukuthi uMdali akakude neze nawe,

2018/09/06

Umlando Wokuhlushwa Ngenxa Yenkolo eChina: NGUBANI UMENZI WOKUBI? (Iziqeshana)




Selokhu lathatha izintambo Ezweni laseShayina ngo-1949, iqembu iChinese Communist Party alikaze liyeke ukuhlupha abantu abakholwayo.

South African Gospel Music "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" Choral Documentary




South African Gospel Music "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" Choral Documentary


Ngaso sonke isikhathi endaweni yonke, zonke izinto ezisemkhathini zihamba ngokunembile phakathi kwemizila yazo. Ngaphansi kwamazulu, izintaba, imifula, namachibi konke kunemingcele yakho, futhi zonke izidalwa ziphila futhi zizalane kuzo zonke izinkathi zonyaka ezine ngokuvumelana nemithetho yokuphila….

Indlela Yokwazi Isimo SikaNkulunkulu Nomphumela Womsebenzi Wakhe

iphimbo likaNkulunkulu,izwi likaNkulunkulu,
   
Okokuqala, ake sihube ingoma: Iculo Lombuso (I) Umbuso Wehlele Emhlabeni

Kukhala izinsimbi: Abantu bahalalisela uNkulunkulu, abantu bayadumisa uNkulunkulu, yonke imilomo ibiza uNkulunkulu oyedwa weqiniso, umbuso wehlela emhlabeni.

2018/09/05

Worship God and Receive His Protection "UNKULUNKULU AKUBUSISE" | 2018 Zulu Christian Video



2018 Christian Gospel Short film "UNKULUNKULU AKUBUSISE" Worship God and Receive His Protection

Namhlanje, ezomnotho nezobuchwepheshe kuthuthuka ngesivinini esikhulu,
amazinga okuphila athuthuke kancane kancane,
kodwa sesithole ukuthi izibhicongo emhlabenijikelele zinyuka usuku nosuku.

Best South African Gospel Song "UNkulunkulu Ulethe Inkazimulo Yakhe Empumalanga" (Zulu Dubbed)



I
UNkulunkulu unike inkazimulo yakhe ku-Israyeli
wase eyisusa,
eletha u-Israyeli nabantu bonke eMpumalanga.
UNkulunkulu usebaholele bonke ekukhanyeni
ukuze babumbane futhi bahlangane nokukhanya,
bengasadingi ukufuna ukukhanya.

South African Gospel Music "Ubufakazi Bempilo" Iculo Lokuhlangenwe Nakho KomKristu



South African Gospel Music "Ubufakazi Bempilo" Iculo Lokuhlangenwe Nakho KomKristu


I
Ngelinye ilanga ngingase ngibanjwe futhi ngishushiswe yiCCP,
lokhu kuhlupheka kungenxa yokulunga, engikwaziyo enhliziyweni yami.
Uma ukuphila kwami kucisha njengenhlansi ngokuphazima kweso,
ngisayosho ngokuziqhenya ukuthi ngamukele uKristu wezinsuku zokugcina.

2018/09/04

Ukwazi Unkulunkulu Kuyindlela Eya Ekumesabeni UNkulunkulu Nokudeda Kokubi


















Ngamunye wenu kumele nihlole kabusha ukuphila kwenu kokukholelwa kuNkulunkulu ukuze nibone ukuthi, ekulandeleni uNkulunkulu, nikuqondisisile ngempela yini, nokuthi nifinyelele yini ekumazini ngeqiniso uNkulunkulu, nokuthi ingabe nisazi ngempela yini isimo somqondo sikaNkulunkulu ngezinhlobo ezahlukene zabantu, kanye nokuthi ingabe nikuqonda ngempela yini lokho uNkulunkulu akwenzayo kini nanokuthi ingabe uNkulunkulu uzibheka kanjani zonke izenzo zenu.

Indlela… (2)























Mhlawumbe abafowethu nodadewethu banolwazi oluncane ngokulandelana, izigaba, kanye nezindlela zomsebenzi kaNkulunkulu ezweni laseChina, kodwa Ngihlala Ngizwa kungcono ukuba nesikhumbuzo noma isifinyezo esincane sabafowethu nodadewethu.