Voice of Justice

Voice of Justice

2018/09/09

Gospel Choir "UNkulunkulu Uyisiqalo futhi Uyisiphetho" UNkulunkulu Ufikile uNkulunkulu Ubusile

Gospel Choir "UNkulunkulu Uyisiqalo futhi Uyisiphetho" UNkulunkulu Ufikile uNkulunkulu Ubusile

UNkulunkulu uyiSiqalo,
UNkulunkulu uyiSiqalo,
UNkulunkulu uyiSiqalo,
neSiphetho,
neSiphetho,
neSiphetho,
UNkulunkulu Otshalayo,
UNkulunkulu Otshalayo,
UNkulunkulu Otshalayo,
Futhi Ungumvuni (Umvuni).

UNkulunkulu Uyisiqalo futhi Uyisiphetho; uNkulunkulu otshalayo futhi uNkulunkulu umvuni.
UNkulunkulu Uyisiqalo futhi Uyisiphetho; uNkulunkulu otshalayo futhi uNkulunkulu umvuni.
UNkulunkulu Uyisiqalo futhi Uyisiphetho; uNkulunkulu otshalayo futhi uNkulunkulu umvuni.

UNkulunkulu uzibonakalisa eyinyama ukuze asiholele enkathini entsha
futhi ngempela lapho esiholela kuyo, 
usuke eseyiphothule ngaleso sikhathi inkathi edlule.
UNkulunkulu uyiSiqalo (UNkulunkulu uyiSiqalo) neSiphetho (neSiphetho);
Uyena Uqobo owenza umsebenzi Wakhe
ngakho kumele kube Nguye Uqobo ophetha inkathi eyedlule.
Lokhu kuwubufakazi bokuthi uyamnqoba uSathane (uyamnqoba uSathane) futhi uyalinqoba izwe,

kuwubufakazi bokuthi uyalinqoba izwe. Ha! Ha! Ha! Ha! 
Isikhathi ngasinye lapho Yena Uqobo esebenza kubantu, kuba yisiqalo sempi entsha.

Ngaphandle kokuqalwa komsebenzi omusha, ngokwemvelo bekungeke kuphele ngokudala.
Futhi akukho ukuphethwa kokudala okuwubufakazi bokuthi impi elwiwa noSathane,
impi elwiwa noSathane isizophela. (Ha!)

Kuphela uma uNkulunkulu eza ebantwini ezokwenza umsebenzi omusha
okungenza umuntu ukuba agqashuke ngokuphelele ekulawulweni nguSathane, ekulawulweni nguSathane,
futhi athole impilo entsha, impilo entsha nesiqalo esisha.
Ngale kwalokho, umuntu uyophila enkathini endala
futhi ehlezi ngaphansi kokulawulwa nguSathane.
ngaphansi kokulawulwa nguSathane. Ha! Ha! Ha! Ha!
Kuyo yonke inkathi eholwa nguNkulunkulu, ingxenye ethile yomuntu isuke ikhululiwe,
futhi lokho kwenza umuntu athuthuke kanye nemisebenzi kaNkulunkulu eholela enkathini entsha.

Ukunqoba kukaNkulunkulu kungukunqoba kwabo bonke abamlandelayo.

UNkulunkulu Uyisiqalo futhi Uyisiphetho
UNkulunkulu otshalayo futhi ungumvuni.

umthombo: Izwi Livela Lisenyameni

Awekho amazwana:

Thumela amazwana