Voice of Justice

Voice of Justice

2018/09/07

South African Gospel Music "Umphumela Ofezeka Ngokumazi uNkulunkulu" You Are My Lord and My God




Umphumela Ofezeka Ngokumazi uNkulunkulu

Kube olunye usuku,
lapho uyozwa khona ukuthi uMdali
akaseyona impicabadala,
ukuthi uMdali akakaze afihleke kuwe,
ukuthi uMdali
akakaze abufihle ubuso Bakhe kuwe,
ukuthi uMdali akakude neze nawe,
ukuthi uMdali akaseyena Lona ohlale umlangazelela emicabangweni yakho 
kodwa ongakwazi ukufinyelela Kuye ngemizwa yakho,
ukuthi Yena ngokoqobo futhi ngeqiniso 
uhlale ekubhekile kwesokunxele nesokudla sakho,
esekela ukuphila kwakho, futhi elawula okudalelwe, elawula okudalelwe.
Akakude noma akazifihlile Yena phezulu emafini.
Useceleni kwakho, engamele phezu kwakho konke okwakho,
Uyikho konke onako, futhi Uwukuphela kwento onayo.
UNkulunkulu onjalo
ukuvumela ukuba Umthande ngenhliziyo,
unamathele Kuye, uMbambele eduze, Umkhonze,
wesabe ukulahlekelwa Nguye,
nokuthi ungazimiseli ngokuphinde umphike, uphinde ungamhloniphi Yena,
noma ukuphinde umgweme Yena futhi noma umbeke kude le.
Konke ofuna ukukwenza ukuMnakekela, ukuMhlonipha,
ukuMbuyisela konke akunikeza khona, nokuzinikezela embusweni Wakhe.
Awusenqabi manje ukuqondiswa,
ukunikezwa, ukubhekwa, nokugcinwa Nguye,
awusakwenqabi lokho Yena akushoyo nalokho akunqumela kona,
lokho Yena akushoyo nalokho akunqumela kona.
Konke okufunayo ukuMlandela,
uhambe eduze Kwakhe kwesokunxele noma kwesokudla Sakhe,
ukuMlandela, uhambe eduze Kwakhe kwesokunxele noma kwesokudla Sakhe,
konke okufunayo ukumamukela Yena njengowukuphila kwakho kuphela,
njengowukuphela kweNkosi,
konke okufunayo ukumamukela Yena njengowukuphila kwakho kuphela,
njengowukuphela kweNkosi noNkulunkulu wakho.
Awuseyona
Awuseyona
Awuseyona
Awuseyona
uyenqaba manje ukuqondiswa, ukunikezwa, ukubhekwa, nokugcinwa Nguye,
awusenqabi
awusenqabi
awusenqabi
awusenqabi
lokho Yena akushoyo nalokho akunqumela kona,
lokho Yena akushoyo nalokho akunqumela kona.
Konke okufunayo ukuMlandela,
uhambe eduze Kwakhe kwesokunxele noma kwesokudla Sakhe,
ukuMlandela, uhambe eduze Kwakhe kwesokunxele noma kwesokudla Sakhe,
konke okufunayo ukumamukela Yena njengowukuphila kwakho kuphela,
njengowukuphela kweNkosi,
konke okufunayo ukumamukela Yena njengowukuphila kwakho kuphela,
njengowukuphela kweNkosi noNkulunkulu wakho.
Konke okufunayo ukuMlandela,
uhambe eduze Kwakhe kwesokunxele noma kwesokudla Sakhe,
ukuMlandela, uhambe eduze Kwakhe kwesokunxele noma kwesokudla Sakhe,
konke okufunayo ukumamukela Yena njengowukuphila kwakho kuphela, 
njengowukuphela kweNkosi, njengowukuphela kweNkosi noNkulunkulu wakho,
okuwukuphela kaNkulunkulu wakho.

Ukuqhutshwa kwesithi Izwi Livela Lisenyameni

Awekho amazwana:

Thumela amazwana