Voice of Justice

Voice of Justice

2017/12/29

The Church of Almighty God Draws Attention on the 1st Mondoreligioni Religious and Cultural Exchange



The Church of Almighty God Draws Attention on the 1st Mondoreligioni Religious and Cultural Exchange From December 7 to 9, 2017, the first Mondoreligioni – Incontriamo le Religioni del Mondo (Meet the World Religions), an activity of religious and cultural exchange, was held in Rome’s Città dell’Altra Economia, jointly organized by the Associazione Italiana di Sociologia (Italian Sociology Association), the magazine Confronti, and EPOS. 

Isixwayiso Kulabo Abangalenzi Iqiniso

Labo phakathi kwabafowethu nodadewethu abahlale beveza ububi babo bayizincelebane zikaSathane futhi bayaliphazamisa ibandla. Laba bantu ngelinye ilanga kumele baxoshwe futhi baqothulwe.

2017/12/27

Izwi Lamashumi Amabili Nesithupha



















Ubani oke wahlala ekhaya Lami? Ubani oke wangimela? Ubani oke wahlupheka ngenxa Yami? Ubani oke wenza isithembiso phambi Kwami? Ubani oke wangilandela kwaze kwaba manje kodwa engakashintshi?

2017/12/24

Mayelana NeBhayibheli (1)


        Kufanele silithathe kanjani iBhayibheli ekukholweni kuNkulunkulu? Lo umbuzo omayelana nomyalo. Kungani sixoxisana ngalo mbuzo? Yingoba esikhathini esizayo uyosabalalisa ivangeli futhi wandise umsebenzi weNkathi Yombuso, futhi akwanele ukumane wazi ukukhuluma ngomsebenzi kaNkulunkulu namhlanje.

2017/12/23

Zilandelwa kanjani izinyathelo zikaNkulunkulu



I

Njengoba sifuna izinyathelo zikaNkulunkulu,
kumele sifune intando Yakhe,
Sifune amazwi nokukhuluma Kwakhe.
Ngokuba lapho kunamazwi amasha Akhe,
kunephimbo Lakhe;
lapho kunezinyathelo Zakhe,
kunemisebenzi Yakhe,
Lapho kunokuzwakalisa Kwakhe
Kunokuvela Kwakhe,
Futhi lapho kunokuvela Kwakhe,
Kuneqiniso, nendlela, nokuphila.

Imiyalelo Eyishumi Yokuphatha Okufanele Ilalelwe Abantu Abakhethiweyo bakaNkulunkulu ENkathini Yombuso

1. Umuntu akumele azenze mkhulu, noma aziphakamise. Kumele akhonze futhi aphakamise uNkulunkulu.

2. Kumele wenze noma yini eyinzuzo emsebenzini kaNkulunkulu, futhi ungenzi lutho oluzolimaza izinhloso zomsebenzi kaNkulunkulu. Kumele uvikele igama likaNkulunkulu, ubufakazi bukaNkulunkulu, nomsebenzi kaNkulunkulu.

2017/12/20

Izwi Lesithathu

Njengoba nibizwa ngabantu Bami nje, izinto azisenjengoba zazinjalo; kumele nilalele futhi nihloniphe izinto ezishiwo uMoya Wami, nilandele eduze umsebenzi Wami, ningehlukanise uMoya Wami nenyama Yami, ngoba Simunye ngokwendalo, kasehlukene neze.

2017/12/19

South African Gospel Dance Song "Injabulo Ezweni Elihle LaseKhanani" Amukela Ukubuya kweNkosi uJesu




I
Ngibuyele emndenini kaNkulunkulu, ngijabulile futhi ngithokozile.
Izandla zami zibambe isithandwa sami, inhliziyo yami engeyaKhe.

Izwi Lamashumi Amathathu Nanye

ANgikaze Ngibe nayo indawo ezinhliziyweni zabantu. Uma Ngibafuna ngeqiniso abantu, bavala amehlo bafifiyele bangazinaki izenzo Zami, kungathi konke eNgikwenzayo kuwumzamo wokubajabulisa, umphumela walapho kube ukuhlaziseka njalo yizenzo Zami.

2017/12/16

Inkinga Enkulu: Ukukhaphela (2)

Imvelo yomuntu yehluke ngokuphelele ebuntwini Bami; lokhu kungenxa yokuthi imvelo yomuntu eyonakele ivela kuSathane ngokuphelele nemvelo yomuntu yenziwe futhi yonakaliswa uSathane.

2017/12/14

Indlela Yokukhonza Yenkolo Kumelwe Ivalwe

ukukholwa ngeqiniso,UMoya oNgcwele,

Kusukela ekuqaleni komsebenzi wakhe endaweni yonke, uNkulunkulu wanqumela kusengaphambili abantu abaningi ukuba bamkhonze, kuhlanganisa abantu abavela kuzo zonke izizinda zokuphila. Injongo Yakhe ukufeza intando Yakhe nokuqiniseka ngokuthi umsebenzi Wakhe emhlabeni uthela kahle izithelo. Lena injongo kaNkulunkulu yokukhetha abantu ukuba bamkhonze. Wonke umuntu okhonza uNkulunkulu kumele ayiqonde le ntando kaNkulunkulu.

2017/12/13

Inkinga Enkulu: Ukukhaphela (1)

Umsebenzi Wami usuzophela. Iminyaka eminingi esiyichithe sindawonye isibe inkumbulo engabekezeleleki yenkathi edlule. Ngiye ngaphindaphinda amazwi Ami futhi angiyekanga ukuthuthuka emsebenzini Wami omusha.

2017/12/12

Qaphelani isiphetho sesintu


 I
UNkulunkulu ukhuthaza izinhlanga zonke,
amazwe kanye nezimboni:
Zilale’iphimbo Lakhe zibon’umsebenzi Wakhe;
zinak’isiphetho sesintu;
zimenz’uNkulunkulu abe ongcwele,
ophakeme kakhulu ohlonishwayo;

2017/12/08

South African Gospel Song "Qaphelani isiphetho sesintu" Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu


  

South African Gospel Song "Qaphelani isiphetho sesintu" Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu


I
UNkulunkulu ukhuthaza izinhlanga zonke, amazwe kanye nezimboni:
Zilale’iphimbo Lakhe zibon’umsebenzi Wakhe;
zinak’isiphetho sesintu;
zimenz’uNkulunkulu abe ongcwele,
ophakeme kakhulu ohlonishwayo;

2017/12/06

Ukububula KukaMninimandla Onke

Amazwi KaNkulunkulu USomandla,uNkulunkulu,UNkulunkulu USomandla,


        Kunemfihlo enkulukazi enhliziyweni yakho. Awazi ukuthi ikhona ngoba kade uphila ezweni elingenako ukukhanya. Inhliziyo nomoya wakho kwathathwa ngomubi. Amehlo akho agutshazelwe ubumnyama; awuliboni ilanga esibhakabhakeni, noma inkanyezi ekhazimulayo ebusuku. Izindlebe zakho zivimbekile ngamazwi enkohliso futhi awulizwa iphimbo likaJehova elibhongayo, noma umsindo wamanzi agelezayo evela esihlalweni sobukhosi.

2017/12/05

Izinto UPetru Abhekana Nazo: Ulwazi Lwakhe Ngokusolwa Nangokwahlulelwa

uJesu Isahlulelo sikaNkulunkulu


        Ngesikhathi uPetru esolwa uNkulunkulu, wathandaza, “O Nkulunkulu! Inyama yami ayilaleli futhi ungisolile wangahlulela. Ngiyajabula ngokusolwa nokwahlulelwa Nguwe, ngisho noma ungangidingi, ubungcwele bakho kanye nezindlela zakho zokulunga ngiyakubona ekwahluleleni Kwakho. Lapho ungahlulela ukuze abanye babone izindlela Zakho zokulunga ekwahluleleni Kwakho, ngiyeneliseka.

2017/12/04

Amukela Ukubuya kweNkosi uJesu "UNkulunkulu Ulethe Inkazimulo Yakhe EMpumalanga"



Amukela Ukubuya kweNkosi uJesu "UNkulunkulu Ulethe Inkazimulo Yakhe EMpumalanga"

I

UNkulunkulu unikeze inkazimulo Yakhe ku-Israyeli 

wabe eseyisusa lapho,
waletha abakwa-Israyeli eMpumalanga, futhi waletha bonke abantu eMpumalanga.
UNkulunkulu ubaholele bonke ekukhanyeni
ukuze bazophinda babumbane babe nenhlanganyelo nokukhanya
singabe sisaba khona isidingo sokufuna, sokufuna ukukhanya.