Voice of Justice

Voice of Justice

2017/12/11

South African Gospel Music 2018 "Bonke Abantu Baphila Ekukhanyeni KukaNkulunkulu"

Manje ekuphakanyisweni, ubungcwele nokulunga kukaNkulunkulu
Kuyachuma emkhathini wonke, kuphakanyisiwe kuso sonke isintu.
Amadolobha ezulu ayahleka, imibuso yomhlaba iyadansa.
Ubani ongajabuli? Ubani ongakhiphi izinyembezi?
Abantu abaxabani futhi abalwi; abalihlazi igama likaNkulunkulu,
Bephila ekukhanyeni kukaNkulunkulu, besekuthuleni komunye nomunye.

Umhlaba ungowasezulwini, izulu liyahlangana nomhlaba.
Umuntu uyintambo exhuma izulu nomhlaba.
Ngenxa yobungcwele bomuntu, ngenxa yokuvuselelwa kwakhe,
Izulu alisaphinde licashele umhlaba, umhlaba awusaphinde unamathele ezulwini.
Abantu abaxabani futhi abalwi; abalihlazi igama likaNkulunkulu,
Bephila ekukhanyeni kukaNkulunkulu, besekuthuleni komunye nomunye.
Abantu abaxabani futhi abalwi; abalihlazi igama likaNkulunkulu,
Bephila ekukhanyeni kukaNkulunkulu, besekuthuleni komunye nomunye.

Umoya upholile, inkungu eminyene isihambile, ilanga likhanya njalo njalo.

Ubuso besintu buthandelwe ukumamatheka.
Bufihlwe ezinhliziyweni zaso, ubumnandi buhamba amamayela.
Abantu abaxabani futhi abalwi; abalihlazi igama likaNkulunkulu,
Bephila ekukhanyeni kukaNkulunkulu, besekuthuleni komunye nomunye.
Abantu abaxabani futhi abalwi; abalihlazi igama likaNkulunkulu,
Bephila ekukhanyeni kukaNkulunkulu, besekuthuleni komunye nomunye.
Benokuthula komunye nomunye, benokuthula komunye nomunye.

kusuka Ezwini Elivela Lisenyameni

Awekho amazwana:

Thumela amazwana