Voice of Justice

Voice of Justice

2019/09/18

African gospel music "Ingqikithi KaKristu Inqunywa Ngumsebenzi Namazwi Akhe"



African gospel music  "Ingqikithi KaKristu Inqunywa Ngumsebenzi Namazwi Akhe"


Ingqikithi kaKristu inqunywa ngumsebenzi namazwi akhe
Ngenhliziyo eneqiniso, uqeda lokho akunikiwe,
ukhonza uNkulunkulu osezulwini futhi afune intando kaYise.
Konke lokhu kunqunywa yingqikithi Yakhe, kanjalo nezambulo Zakhe zemvelo.
Zibizwa kanjalo ngoba amazwi Akhe awakhona ukulingisa,
noma asuka eminyakeni yokukhuliswa noma ekufundisweni umuntu. 
Awafundwa noma awokuzihlobisela, kodwa awemvelo. Awu …
Awafundwa noma awokuzihlobisela, kodwa awemvelo. Awu …

Umuntu angawuphika umsebenzi Wakhe, amazwi nobuntu Bakhe,
bangaphika ngisho ukuphila Kwakhe kobuntu obuvamile,
kodwa hhayi inhliziyo Yakhe yangempela lapho ekhonza UNkulunkulu ezulwini.
Akekho ongaphika ukuthi ulapha ukuze azogcwalisa intando kaBaba osezulwini.
Futhi akekho ongaphika ubuqotho afuna ngabo uNkulunkulu uBaba.
Isiqu  Sakhe singase singayijabulisi imizwa,
Inkulumo Yakhe ingase ingabi nomoya onyakazisayo,
Umsebenzi Wakhe ungase ungabi ngozamazamisa umhlaba noma izulu,
Njengokukholwa emcabangweni yomuntu.
Kodwa unguKristu ngempela, ogcwalisa intando kaYise,
ngenhliziyo eqinisile, nokuthoba okuphelele nokulalela kuze kube sekufeni. Awu …
Yingoba ingqikithi Yakhe ngekaKristu.
Iqiniso okulukhuni ukulikholwa kodwa impela likhona.
Iqiniso okulukhuni, okulukhuni ukulikholwa kodwa impela likhona.
Iqiniso okulukhuni, kulukhuni ukulikholwa kodwa impela likhona. Awu …

Kwethi Izwi Livela Lisenyameni

Awekho amazwana:

Thumela amazwana