African gospel music "UNkulunkulu UnguMbusi Wohlelo Lokuphatha Lweminyaka Eyizinkulungwane Eziyisithupha"
Umsebenzi kaNkulunkulu wenziwa nguNkulunkulu uqobo Lwakhe.
Nguye oqala umsebenzi Wakhe, futhi Nguye owuphethayo.
Nguye ohlela umsebenzi.
Nguye owuphathayo, ngaphezu kwalokho afikise umsebenzi ekuphumeleleni.
Kunjengoba kushiwo eBhayibhelini, “uNkulunkulu uyisiQalo nesiPhetho;
uNkulunkulu unguMtshali futhi uphinde abe nguMvuni.”
“UNkulunkulu uyisiQalo nesiPhetho;
uNkulunkulu unguMtshali futhi uphinde abe nguMvuni, futhi uphinde abe nguMvuni.”
Konke okuhlobene nomsebenzi wokuphatha Kwakhe kwenziwa yisandla Sakhe,
kwenziwa yisandla Sakhe.
UNkulunkulu unguMbusi wohlelo lokuphatha lweminyaka eyizi-6,000.
Akekho noyedwa ongenza umsebenzi Wakhe esikhundleni Sakhe.
Akekho noyedwa, akekho noyedwa ongafikisa umsebenzi Wakhe esiphethweni,
ngoba ulawula konke.
Ngoba wadala umhlaba,
uyohola wonke umhlaba ukuba uphile ekukhanyeni Kwakhe, uphile ekukhanyeni Kwakhe.
Ngoba wadala umhlaba,
uyohola wonke umhlaba,
uyohola wonke umhlaba ukuba uphile ekukhanyeni Kwakhe,
futhi uyophetha yonke inkathi ukuze afikise lonke uhlelo Lwakhe ekuphumeleleni,
afikise lonke uhlelo Lwakhe ekuphumeleleni!
Kwethi Izwi Livela Lisenyameni
Yonke Inkazimulo Mayibe KuNkulunkulu uSomandla!
buka okuningi: Kungani kuthiwa isintu esikhohlakele sidinga kakhulu insindiso kaNkulunkulu abe yinyama?
Awekho amazwana:
Thumela amazwana