South African Gospel Song "Ukubaluleka Kokuba Sesimweni Somuntu Okubili KukaNkulunkulu"
UNkulunkulu waqala umsebenzi Wakhe wensindiso eNkathini Yomusa,
ngemva kokuphela kweNkathi Yomthetho.
Ukuba sesimweni somuntu kokuqala kwahlenga umuntu esonweni ngenyama kaJesu Kristu.
Wasindisa umuntu esiphambanweni, kodwa izimo zomuntu zobusathane zazisekhona.
Ezinsukwini zokugcina, uNkulunkulu uyahlulela ukuze ahlanze isintu.
Izintaba nemifula kulokhu kuguquka, imifudlana igeleza iya phambili, futhi impilo yomuntu imfushane kunomhlaba nesibhakabhaka. NguNkulunkulu uSomandla kuphela ongukuphila kwaphakade okuvukile, ezizukulwaneni kuphila phakade! Zonke izinto nezigameko zisezandleni Zakhe, uSathane ungaphansi kwezinyawo Zakhe.
Namuhla kungenxa yokukhetha kukaNkulunkulu okumiselwe kusengaphambili ukuthi usisindisile ekubanjweni nguSathane. Ngempela unguMhlengi wethu.
African gospel music "UNkulunkulu UnguMbusi Wohlelo Lokuphatha Lweminyaka Eyizinkulungwane Eziyisithupha"
Umsebenzi kaNkulunkulu wenziwa nguNkulunkulu uqobo Lwakhe.
Nguye oqala umsebenzi Wakhe, futhi Nguye owuphethayo.
Nguye ohlela umsebenzi.
Nguye owuphathayo, ngaphezu kwalokho afikise umsebenzi ekuphumeleleni.
Kunjengoba kushiwo eBhayibhelini, “uNkulunkulu uyisiQalo nesiPhetho;
uNkulunkulu unguMtshali futhi uphinde abe nguMvuni.”
Ngo-2007, ngenxa yengcindezi eningi empilweni yami ngazifikela ngokwami eSingapore ukuze ngisebenze ngizokwazi ukuziphilisa. Isimo sezulu siyashisa kakhulu unyaka wonke eSingapore, ngakho-ke nsuku zonke ngangijuluka kakhulu uma ngisebenza. Kwakunzima kakhulu kangangokuthi ngahlupheka ngendlela engachazeki futhi ngaphezu kwalokho kwakuyimpilo engajwayelekile zingekho izihlobo nabangani, ngakho ngacabanga ukuthi inesithukuthezi futhi inesidina.
South African Gospel Song "Ukusola Nokwahlulela
KukaNkulunkulu Kungukukhanya Kwensindiso Yomuntu"
Ukuze uhlanzwe ekuphileni kwakho, ukuze uguqulwe isimo,
uphile impilo enenhloso, ufeze umsebenzi wakho njengesidalwa,
kufanele wamukele ukusola nokwahlulela kukaNkulunkulu,
akufanele uvumele ukuqondisa nokushaya kukaNkulunkulu ukuba kusuke kuwe, ukuze uzikhulule ekusetshenzisweni nguSathane,
Kufanele uvumele uNkulunkulu akushaye futhi abhekane nawe.
Selokhu uNkulunkulu uSomandla—iNkosi yombuso—ebonakele, umklamo wokuphatha kukaNkulunkulu wambuleke ngokuphelele kulo lonke izulu nomhlaba. Akugcinanga kuphela ngokuthi ukuvela kukaNkulunkulu kubonakale eChina, kodwa igama likaNkulunkulu uSomandla libonakele kuzo zonke izizwe nakuwo wonke amazwe.
Ngazalelwa emndenini ompofu emzini wasemakhaya. Kusukela ngiseyingane, ngangiphila impilo enzima futhi ngangibukelwa phansi abanye abantu. Ngesinye isikhathi ngangingazi nokuthi ngangizoba naso yini isidlo esilandelayo, angisayiphathi-ke indaba yezidlo zokubamba umoya kanye namathoyizi. Ngenxa yokuthi umndeni wami wawumpofu, ngesikhathi ngangimncane, ngangigqoka amasekeni kadadewethu omdala. Izingubo zakhe zazijwayele ukuba nkulu kakhulu kimina. Umphumela walokho kwakuwukuthi, uma ngiya esikoleni, ezinye izingane zazingihleka futhi zingadlali nami.