Voice of Justice

Voice of Justice

2018/12/25

South African Best Gospel Music Video "Yiza Phambi KukaNkulunkulu Njalo"

South African Best Gospel Music Video "Yiza Phambi KukaNkulunkulu Njalo"

Thatha ithuba lapho unesikhathi, hlala uthule phambi kukaNkulunkulu.
Funda izwi Lakhe, yazi amaqiniso Akhe, lungisa iziphambeko ezikuwe.
Izilingo ziyafika, bhekana nazo; yazi intando kaNkulunkulu futhi uzoba namandla.
Mtshele ukuthi yiziphi izinto ozintulayo, khuluma iqiniso Lakhe njalo. Uyajabula umphefumulo wakho lapho ukhonza Yena.
Yiza phambi kukaNkulunkulu njalo, ungabe usamnqaba.
Ukunaka kwakho inyama, kuyamlimaza kakhulu.
Funda izwi Lakhe, uqonde iqiniso Lakhe.
Yiza phambi kukaNkulunkulu njalo. Yiza phambi kukaNkulunkulu njalo.
Ngakho phila njengomuntu ongcwelisiwe!
Akunandaba ukuthi yiluphi uvivinyo noma ukwahlulela okuzayo, sizosebenzela ukumjabulisa 
Yiza phambi kukaNkulunkulu njalo.
Yiza phambi kukaNkulunkulu njalo bese uphila iqiniso Lakhe.
Noma siphambuka, kumele sifune ukuthanda uNkulunkulu.
Uma sisamthanda, nakanjani siyozuza ukunconywa Nguye.
Kufanele sifune iqiniso futhi sinikeze ubufakazi Ngaye.
Lo ngumsebenzi wethu okufanele siwenze.
Uyajabula umphefumulo wakho lapho ukhonza Yena. 
Yiza phambi kukaNkulunkulu njalo, ungabe usamnqaba.
Ukunake kwakho inyama, kuyamlimaza kakhulu.
Funda izwi Lakhe, uqonde iqiniso Lakhe.
Yiza phambi kukaNkulunkulu njalo. Yiza phambi kukaNkulunkulu njalo.
Ngakho phila njengomuntu ongcwelisiwe!
Akunandaba ukuthi yiluphi uvivinyo noma ukwahlulela okuzayo, sizosebenzela ukumjabulisa. 
Yiza phambi kukaNkulunkulu njalo.
Yiza phambi kukaNkulunkulu njalo bese uphila iqiniso Lakhe.
Ngakho phila njengomuntu ongcwelisiwe!
Akunandaba ukuthi yiluphi uvivinyo noma ukwahlulela okuzayo, sizosebenzela ukumjabulisa.
Yiza phambi kukaNkulunkulu njalo.
Yiza phambi kukaNkulunkulu njalo bese uphila iqiniso Lakhe,
bese uphila iqiniso Lakhe, bese uphila iqiniso Lakhe.
Yiza phambi kukaNkulunkulu njalo bese uphila iqiniso Lakhe.

kwethi Landelani Iwundlu Nihlabelele Izihlabelelo Ezintsha

Awekho amazwana:

Thumela amazwana