Voice of Justice

Voice of Justice

2018/10/31

Zulu Gospel Song "Uyakwazi Ukuthunywa Kwakho" Ihubo Lamazwi KaNkulunkulu


Zulu Gospel Song "Uyakwazi Ukuthunywa Kwakho" Ihubo Lamazwi KaNkulunkulu


I
Uyawazi yini umthwalo, umsebenzi nokuthunywa okusehlombe lakho?
Sikuphi isenzakalo esingokomlando wakho wokuthunywa?
Uyoba kanjani ngumphathi omuhle enkathini ezayo?
Ngabe umuzwa wakho wokuphatha uqinile?
Uyomchaza kanjani umphathi wazo zonke izinto?
Ingabe ngempela ngumphathi wazo zonke izinto eziphilayo,
noma umphathi walo lonke izwe esilibonayo?
Yiluphi uhlelo lwakho lwesinyathelo esilandelayo somsebenzi?
Bangaki abalindele ukuba ubeluse?
Awuwuzwa usinda kakhulu umsebenzi wakho?
II
Le miphefumulo ehluphekayo iyadabukisa, iyizimpumputhe futhi ilahleke kakhulu,
iyakhala ebumnyameni, ilindele indlela yokuphuma.
Ilangazelela kakhulu ukukhanya okunjengenkanyezi etshuzayo ukuba kuze
bese kuhlakaza amandla obumnyama osebubacindezele iminyaka eminingi.
Ukulangazelela kwabo imini nobusuku, ngubani oke wakwazi?
Lapho ukukhanya kuphazima kwedlula, lezi zihlupheki ezihlwempu
ziboshwe ebumnyameni, zingenathemba lokukhululwa.
Bayoyeka nini ukukhala?
Le mimoya entekenteke engenakuphumula yehlelwe yishwa elinjalo.
Izintambo ezingenanhliziyo, umlando omi ndawonye kade kubavalele.
Ngubani oke wezwa ukukhala kwabo? Ngubani oke wabona usizi lwabo?
III
Uke wacabanga ngoNkulunkulu? Ngabe uphatheke kabi futhi ukhathazeke kangakanani?
Angakubekezelela kanjani ukubuka umuntu ehlupheka, lo amdala ngezandla Zakhe?
Isintu esizihluphekelayo esifakwe ubuthi.
Futhi nakuba bephilile kwaze kwaba namuhla,
kade bafakwa ubuthi ngomubi.
Usukhohliwe ukuthi kwawena ungumgilwa?
Awufuni, ngenxa yothando lwakho lukaNkulunkulu, ukusindisa labo abasaphila,
ukukhokhela uNkulunkulu ngamandla akho onke, othanda umuntu njengenyama negazi Lakhe uqobo?
Ukuqonda kanjani ukusetshenziswa nguNkulunkulu ukuze uphile impilo emangalisayo?
Unaso yini isifiso sangempela nesibindi 
sokuphila impilo enenjongo yokulunga, impilo ephilelwa ukusebenzela uNkulunkulu?

kwethi Izwi Livela Lisenyameni 

Awekho amazwana:

Thumela amazwana