Voice of Justice

Voice of Justice

2018/10/29

Zulu Gospel Song "UNkulunkulu Uphatha Umuntu Njengothandiweyo Kakhulu Wakhe"



Zulu Gospel Song "UNkulunkulu Uphatha Umuntu Njengothandiweyo Kakhulu Wakhe"
I 
UNkulunkulu wadala isintu;
noma umuntu ekhohlakalisiwe
noma elandela Yena,
uNkulunkulu uphatha isintu njengalabo abazisayo,
noma njengoba umuntu engasho, njengesihlobo Sakhe esithandeka kakhulu.
Isintu asiyona into yokudlala Kuye.
II 
UnguMdali futhi umuntu uyindalo Yakhe.
Kusengathi leso sikhundla sehlukile,
kodwa konke uNkulukulu akwenzela umuntu kwedlulela kude nokuhlobana kwabo.
UNkulunkulu uyasithanda isintu futhi uyasinakekela, futhi ukhombisa umuntu ukukhathazeka okufanele. 
Unika isintu ngokungakhathali,
engezwa neze ukuthi kungumsebenzi owengeziwe,
noma ezwe ukuthi udinga ukunconywa lapho.
III 
Akezwa ukuthi ukusindisa isintu,
ukubahlinzeka kanye nokubanika konke
kuwukubahlonipha okukhulu.
Kuwukuthi nje ngendlela Yakhe,
ingqikithi Yakhe, anakho nayikho,
uhlinzeka isintu ngokuthula futhi nokungasho lutho.
Akukhathaleki ukuthi umuntu uthola okungakanani Kuye,
uNkulunkulu akafune kunconywa.
Kunqunywa yingqikithi Yakhe;
kufanelene nesimo Sakhe.


kwethi Izwi Livela Lisenyameni

Awekho amazwana:

Thumela amazwana