Voice of Justice

Voice of Justice

2018/01/15

South African Gospel Music "Uthando Lweqiniso LukaNkulunkulu" Thank God for His Salvation



South African Gospel Music "Uthando Lweqiniso LukaNkulunkulu" Thank God for His SalvationI


Ngimi phambi kukaNkulunkulu futhi namhlanje.
Inhliziyo yami inokuningi engingakusho 
uma ngibona ubuso Bakhe obuhle.
Ngishiye umlando wami wokuduka ngemuva.

Umuntu Angasindiswa Kuphela Ekuphatheni KukaNkulunkulu

UNkulunkulu uSomandla,Yini insindiso?

Wonke umuntu ubona sengathi ukuphatha kukaNkulunkulu kuyinto engajwayelekile ngoba abantu bacabanga ukuthi ukuphatha kukaNkulunkulu akuhlangene nomuntu. Bacabanga ukuthi lokhu kuphatha kungumsebenzi kaNkulunkulu yedwa, indaba kaNkulunkulu uqobo, ngakho isintu asikhathali ngokuphatha kukaNkulunkulu. Ngale ndlela, insindiso yesintu seyiphenduke yangabonakala yaphinde yangaqondakala, futhi manje seyiwubuciko bokukhuluma obuyize kuphela.

2018/01/11

Iqiniso Langaphakathi Lomsebenzi Wokunqoba (1)

        Isintu esonakaliswe kakhulu uSathane, asigcini nje ngokwazi ukuthi kunoNkulunkulu kodwa siyekile ukukhonza uNkulunkulu. Ekuqaleni, lapho kudalwa u-Adamu no-Eva, inkazimulo kaJehova nobufakazi Bakhe kwakuhlale kukhona. Kodwa ngemva kokonakaliswa, umuntu yamlahlekela inkazimulo kanye nobufakazi ngenxa yokuthi wonke umuntu wahlubuka kuNkulunkulu futhi wayeka nokumhlonipha.

2018/01/09

Ukuhunyushwa Kwezwi LamaShumi AmaThathu nesiShiyagalombili


Ngokuya ngokhondolo lwemvelo yesintu, okungubuso boqobo besintu, obukwazile ukuqhubeka kuze kube yimanje bekungeyona into elula, futhi kungenxa yalokhu amandla amakhulu kaNkulunkulu eye abonakala.

2018/01/05

Nine International NGOs Jointly Condemn the CCP’s Persecution of The Church of Almighty God

On November 28, 2017, nine international non-governmental organizations, including Coordination of Associations and Individuals for Freedom of Conscience (CAP Freedom of Conscience), the Center for Studies on New Religions (CESNUR), and the European Interreligious Forum for Religious Freedom (EIFRF), jointly issued a statement condemning the CCP’s efforts to attack and discredit The Church of Almighty God by using the media and swaying public opinion in South Korea, Hong Kong, Taiwan and other regions.

2018/01/04

Umsebenzi KaNkulunkulu Kanye Nomsebenzi Womuntu

uJesu ivangeli

Phakathi komsebenzi owenziwa umuntu ungakanani umsebenzi kaMoya oNgcwele futhi umuntu unolwazi olungakanani? Ngisho kumanje, kungathiwa abantu abakayiqondi le mibuzo, imbangela ukuthi abantu abayiqondi imiyalo uMoya oNgcwele osebenza ngayo. Umsebenzi womuntu engikhuluma ngawo, empeleni, kushiwo umsebenzi walabo abanoMoya oNgcwele noma labo abasetshenziswa uMoya oNgcwele. Angisho umsebenzi osuka entandweni yomuntu kodwa ngisho umsebenzi wabaphostoli, izisebenzi noma abafowethu nodadewethu abasemsebenzini kaMoya oNgcwele.

2018/01/03

Christian Film Festival: The Musical Drama “Xiaozhen’s Story” Wins Best Director and Other Awards



The musical, Xiaozhen's Story, raked in nine awards, including those for best director, best feature film, best musical score, and so on, at the Christian Film Festival in Virginia, United States.

UNkulunkulu UyiNkosi Yayo Yonke Indalo



























Isigaba esisodwa somsebenzi wezinkathi ezimbili ezingaphambilini senzeka kwa-Israyeli; esinye senzeka eJudiya. Uma sikhuluma ngokujwayelekile, asikho esalezi zigaba zomsebenzi esashiya u-Israyeli;

2018/01/02

Ingabe UZiqu Zintathu Into Ekhona?

UMoya oNgcwele,Iqiniso

Ngemva kokuba iqiniso lokuba yinyama kukaJesu libe khona, umuntu wayekholwa yilokhu: Ezulwini akukho kuphela uBaba, kodwa kuneNdodana, kanye noMoya imbala. Abantu bebelokhu bekholelwa, ukuthi kunalo Nkulunkulu ezulwini: uZiqu zintathu okunguYise, iNdodana, noMoya oNgcwele, bamunye. Bonke abantu banalo mbono othi: uNkulunkulu unguNkulunkulu oyedwa, kodwa owakhiwe yizingxenye ezintathu, lo mbono wabantu osugxilile uveza ukuthi kunoYise, iNdodana noMoya oNgcwele. Lezo zingxenye zontathu zakha uNkulunkulu oyedwa. Ngaphandle kukaYise oNgcwele, uNkulunkulu ubengeke aphelele.