Voice of Justice

Voice of Justice

2017/10/29

Dumisani uNkulunkulu ngoMoya nangeQiniso | "Izwi Lenhliziyo Yomuntu Odaliwe"


Izwi Lenhliziyo Yomuntu Odaliwe Ngangifuna ukukhala kodwa akukho ndawo eyezwakala ifanele.
Ngangifuna ukucula kodwa akwatholakala culo. Ngangifuna ukuzwakalisa uthando lomuntu odaliwe. Ngifuna yonke indawo, kodwa akukho mazwi ayengasho, ayengasho engikuzwayo. Nkulunkulu ongokoqobo noyiqiniso, uthando oluphakathi enhliziyweni yami. Ngiphakamisa izandla ngidumisa, ngiyathokoza ukuthi Wena weza kulo mhlaba. Umuntu wavela othulini, uNkulunkulu wamnika impilo. USathane wehlela ukuzokona isintu. Bulahlekile ubuntu basonokucabanga kahle. Isizukulwane ngesizukulwane, sawa kusuka ngalelo langa. Kodwa Wena ungu … Nkulunkulu wokoqobo noyiqiniso, uthando oluphakathi enhliziyweni yami. Ngiwuthuli kodwa ngiyabubona ubuso baKho. Kungenzeka kanjani ngingakudumisi? UNkulunkulu ongokoqobo noyiqiniso, uthando oluphakathi enhliziyweni yami. Ngiwuthuli kodwa ngiyabubona ubuso baKho. Kungenzeka kanjani ngingakudumisi? UNkulunkulu wadala umuntu wamthanda ngale ndlela, yokuthi Waze Waba yinyama futhi, wathwala okuhle nokubi, ubutha nosizi, esisindisa futhi esiletha endaweni enhle. Siyohlala siKubonga. UNkulunkulu ongokoqobo noyiqiniso, uthando oluphakathi enhliziyweni yami. Ngonakele, kodwa Wena ungisindisile! Kungenzeka kanjani ngingakudumisi? Nkulunkulu ongokoqobo noyiqiniso, uthando oluphakathi enhliziyweni yami. Ngonakele, kodwa Wena ungisindisile! Kungenzeka kanjani ngingakudumisi? Kungenzeka kanjani ngingakudumisi? Kungenzeka kanjani ngingakudumisi?  Khetha kulokhu: Landela iWundlu Nihlabelele Izihlabelelo Ezintsha Unyazi LwaseMpumalanga, iBandla likaNkulunkulu uSomandla lasungulwa ngenxa yokuvela nomsebenzi kaNkulunkulu uSomandla, ukubuya kwesibili kweNkosi uJesu, uKristu wezinsuku zokugcina. Lakhiwe yibo bonke labo abawamukelayo umsebenzi kaNkulunkulu uSomandlaezinsukwini zokugcina futhi banqotshwa basindiswa ngamazwi Akhe. Lasungulwa ngokuphelele nguNkulunkulu uSomandla ngokwakhe futhi liholwa Nguye njengoMalusi. Nakanjani, alisungulwanga umuntu. UKristu uyiqiniso, indlela, nokuphila.Izimvu zikaNkulunkulu ziyalizwa iphimbo likaNkulunkulu. Uma nje uhlala ufunda amazwi kaNkulunkulu uSomandla, uzobona ukuba uNkulunkulu usevelile.

Awekho amazwana:

Thumela amazwana