Voice of Justice

Voice of Justice

2017/10/27

Zulu Gospel Video - "Ubani INkosi Yami" - Ingabe YiBhayibheli INkosi, Noma UNkulunkulu? (Iziqeshana)




ULiu Zhizhong ungumzwalane omdala wendlu yebandla lasendaweni eShayina. Usebeyikholwa ngaphezulu kweminyaka engamashumi amathathu, futhi ubesolokhu egcizelela ukuthi “iBhayibheli liphefumulelwe nguNkulunkulu,” “iBhayibheli limele uNkulunkulu, ukukholelwa kuNkulunkulu wukukholelwa eBhayibhelini, ukukholelwa eBhayibhelini wukukholelwa kuNkulunkulu.”

Listen to the Expressions of the Holy Spirit "Gqashula Amaketango" zulu Official Video (Iziqeshana)




UFu Jinhua wayeyilungu elidala lebandla eliqhutshwa endlini eChina. Njengamanye amaKristu amaningi, wazinikela ngokuzimisela okukhulu wazinikela eNkosini, futhi wayisebenzela ngokuzikhandla.

UKristu Wezinsuku Zokugcina Kuphela Onganika Umuntu Indlela Yokuphila Ingunaphakade

usuku lokugcina,uKristu,ukuphila kwaphakade,

        Indlela yokuphila akusiyo into engaba ekanoma ubani, futhi ayitholwa yibo bonke abantu kalula. Lokhu kwenziwa ukuthi ukuphila kuvela kuNkulunkulu kuphela, okusho ukuthi, uNkulunkulu kuphela onesiqu sokuphila, ayikho enye indlela yokuphila ngaphandle kukaNkulunkulu Uqobo, ngakho-ke uNkulunkulu kuphela owumthombo wokuphila, futhi uwumthombo wamanzi okuphila ahlala egeleza.

2017/10/18

Izwi Lesihlanu

Uma uMoya Wami ukhuluma, uveza isimo Sami ngokuphelele. Uyakuqonda lokhu? Ukungakuqondi lokhu kuyafana nokuphikisana Nami ngqo. Ingabe ukubonile ukubaluleka okukulokhu?