Voice of Justice

Voice of Justice

2018/02/18

Iqiniso Langaphakathi Lomsebenzi Wokunqoba (3)

iphimbo likaNkulunkulu,izwi likaNkulunkulu,



        Umphumela ongatholakala emsebenzini wokunqoba, ngokuyinhloko ukuthi inyama yomuntu iyeke ukuhlubuka, okusho ukuthi, ingqondo yomuntu imqonde kabusha uNkulunkulu, inhliziyo yakhe imlalele ngokugcwele uNkulunkulu, nokuthi yena abe ngokaNkulunkulu. Indlela isimo noma inyama yomuntu okushintsha ngayo akunqumi ukuthi unqotshiwe yini. Kunalokho, kusuke kuyilapho kushintsha indlela umuntu acabanga ngayo, ukuba nonembeza, nomqondo—okusho ukuthi lapho sonke isimo somqondo womuntu sishintsha—lapho niyobe ninqotshwe khona uNkulunkulu.

2018/02/17

"Impilo Yethu Ayilona Ize" (A Cappella) - Best Christian Music Video



Loving God and Living For God "Impilo Yethu Ayilona Ize" (A Cappella) - Best Christian Music Video

I
Impilo yethu ayilona ize. Impilo yethu ayilona ize.
Namuhla sihlangana noNkulunkulu, sizwe umsebenzi Wakhe.
Simazile uNkulunkulu esenyameni, engokoqobo engowempela.
Siwubonile umsebenzi wakhe, umkhulu futhi umangalisa.
Usuku nosuku empilweni yethu aluyilo ize.
Siqinisa uKristu njengeqiniso nokuphila!
Siqonda futhi sisingatha le mfihlakalo.

2018/02/16

Umuntu Angasindiswa Kuphela Ekuphatheni KukaNkulunkulu


















Wonke umuntu ubona sengathi ukuphatha kukaNkulunkulu kuyinto engajwayelekile ngoba abantu bacabanga ukuthi ukuphatha kukaNkulunkulu akuhlangene nomuntu.