Voice of Justice

Voice of Justice

2017/11/10

UMLANDO WOKUHLUSHWA NGENXA YENKOLO ECHINA: ICEBO LOKUFIHLA UBUFAKAZI (Iziqeshana)

   
Selokhu lathatha izintambo Ezweni laseShayina ngo-1949, iqembu iChinese Communist Party alikaze liyeke ukuhlupha abantu abakholwayo.

Impumelelo Noma Ukwehluleka Kuncike Endleleni Umuntu Ayihambayo

 
iphimbo likaNkulunkulu,izwi likaNkulunkulu,


        Abantu abaningi bakholwa kuNkulunkulu ngenxa yekusasa labo, noma ngenxa yenjabulo yesikhashana. Kulabo abangakaze babhekane nalutho, inhloso yokukholwa kuNkulunkulu ukungena ezulwini, ukuze bathole imiklomelo. Akukho mayelana nokuthi bapheleliswe, noma ukwenza umsebenzi wesidalwa sikaNkulunkulu. Okusho ukuthi abantu abaningi abakholwa kuNkulunkulu ngenxa yokuthi bafuna ukufeza abazibophezele kukho, noma ukuqeda umsebenzi wabo.

2017/11/08

Zulu Gospel Song "Kulowo Abantu Okumele Bamphilele" Thola Incazelo Yokuphila




Zulu Gospel Song "Kulowo Abantu Okumele Bamphilele" Thola Incazelo Yokuphila


I
Bekungacacile ukuthi abantu kumele baphilele bani. Manje sengiyitholile impendulo.
Bengijwayele ukuziphilela mina, ngifuna kuphela isithunzi nodumo.

Indlela… (1)























Empilweni yabo, akekho umuntu owaziyo ukuthi hlobo luni lwezingqinamba azohlangabezana nazo, futhi akazi ukuthi ukulungiswa kuniazobhekana nakho. Kwabanye kuba semisebenzini yabo, kwabanye kuba kulokho abazohlangabezana nakho ngelinye ilanga, kwabanye kusemindenini abadabuka kuyo, kanti kwabanye kusemishadweni yabo.